Isifufukisi

Isiklamo samazuba esiphafuka amaza womsakazo

Kwezezingabazuba, isifufukisi siyisiklamo esithumela iziyabizo sisebenzisa amaza womsakazo. Umsakazo ufufukisa usebenzisa umbhoshongo wokusakaza. Isifufukisi sona siguqula umzuba oqondayo kube umzuba ocikazayo ngokomjinge ofanele. Iningi lezifufukisi zisebenzisa umncwebe wegcaki ukuhlela umjinge wesithwalaza ongumphumela.

Isifufukisi sokusakaza nge-FM sezentengiselwano esiteshini somsakazo i-WDET-FM, Wayne State University, Detroit, USA.
  NODES
Note 1